1 min read
Bengingazi - Joyous Celebration

LYRICS


Bengingazi ukuth' ungithanda kangaka
Oh waze wanikela ngempilo yakho
Inani legaze owangithenga ngalo, liphakeme
Ang'soze ngak'bona okwanele. x2

Ngiyabonga ngothando lwakho
Ong' nike lona Msindisi wami.
Ngaba ngini, ngab' angilutho ngaphandle kwakho.
Impilo yami (ayilutho)
Ngaphandle ko (musa wakho)
Ngaba ngini, ngab' angilutho ngaphandle kwakho. x2



Song By ; Joyous Celebration

Comments
* The email will not be published on the website.
I BUILT MY SITE FOR FREE USING